Izindlela zokonga imali ngosuku lomshado
Usuku lomshado luvame ukuba nezindleko. Kuningi okumele ukucabange njengendawo esizoshadela kuyona, ukudla, umhlobiso kanye neziphuzo ezimnandi. Ngenhlanhla, akudingi ukuthi lezizinto zikucindizele futhi kwande imali oyikhiphayo.